Uyoncinda uthi lomkhangala kuchaza ukuthi kumele uqaphelisise noma uhlolisise kukhona ingozi engahle yenzeke. ukuncinda ukuthatha umuthi oshisayo uwufake odengezini olushisayo, ngalesikhathi umuntu wakho ofakwe namanzi uhlipha, wena uwuthinta ngeminwe, bese uyawukhotha lokho kubizwa ngokuncinda, kujwayele ukwenziwela endlini engu round emakhaya, kwenziwela ngasemnyama, isikhathi esiningi uyancinda, phela uyaphuma ufele emnyango.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |